Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 9:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Wathi edlula, wabona umuntu owayeyimpumputhe kwasekuzalweni kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Kuthe uJesu edlula, wabona indoda eyayiyimpumputhe kwasekuzalweni.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Wathi edlula, wabona umuntu owayeyimpumputhe kwasekuzalweni kwakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Wathi edlula, wabona umuntu owayeyimpumputhe kwasekuzalweni kwakhe.

Gade chapit la Kopi




Johane 9:1
12 Referans Kwoze  

Base bethatha amatshe ukuba bamkhande. Kepha uJesu wasithela, waphuma ethempelini.


Abafundi bakhe bambuza bathi: “Rabi, ngubani owonayo, lona noma abazali bakhe, aze azalwe eyimpumputhe na?”


Khona amehlo ezimpumputhe ayakuvulwa, zivuleke nezindlebe zezithulu.


Esadlula lapho uJesu, izimpumputhe ezimbili zamlandela, zamemeza zathi: “Sihawukele, ndodana kaDavide!”


Bheka, kwakuhlezi izimpumputhe ezimbili ngasendleleni; kuthe zizwa ukuthi uJesu uyadlula, zamemeza zathi: “Nkosi, Ndodana kaDavide, sihawukele!”


Wayesebuza kuyise ukuthi isikhathi sesingakanani ifikelwe yilokhu na? Wathi: “Kwasebuntwaneni.


Owesifazane owayenomopho iminyaka eyishumi nambili, esekhokhele izinyanga konke abephila ngakho, engenakuphulukiswa muntu,


Kwakukhona lapho umuntu othile owayesegule iminyaka engamashumi amathathu nesishiyagalombili.


ngokuba umuntu esenziwe kuye leso sibonakaliso sokuphulukiswa wayeneminyaka eve emashumini amane.


Wafumana khona umuntu othile ogama lakhe lingu-Eneya, owayeselele ecansini iminyaka eyisishiyagalombili efe uhlangothi.


EListra kwakuhlezi indoda ethile eyisilima ngezinyawo, eyisishosha selokhu yazalwa ngunina, engazange ihambe.


Abantu bakhona sebebona isilwane silenga esandleni sakhe, bakhuluma bodwa, bathi: “Ngempela lo muntu ungumbulali othi noma esindile elwandle ukuLunga akuvumi ukuba aphile.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite