Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 8:40 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Kodwa kalokhu nifuna ukungibulala mina muntu onitshele iqiniso, engilizwe kuNkulunkulu; u-Abrahama kakwenzanga lokho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 Kepha manje nifuna ukungibulala, Mina muntu onitshele iqiniso, engilizwe kuNkulunkulu. U-Abhrahama akakwenzanga lokho.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

40 Kepha manje nifuna ukungibulala mina, mina muntu onitshele iqiniso, engilizwe kuNkulunkulu; u-Abrahama akakwenzanga lokho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Kepha manje nifuna ukungibulala mina, mina muntu onitshele iqiniso, engilizwe kuNkulunkulu; u-Abrahama akakwenzanga lokho.

Gade chapit la Kopi




Johane 8:40
13 Referans Kwoze  

Nginezinto eziningi enginokuzikhuluma nokwahlulela ngani, kepha ongithumileyo uqinisile, nami engakuzwa kuye ngikukhuluma ezweni.”


Kepha njengakuleso sikhathi owazalwa ngokwenyama wazingela owazalwa ngokoMoya, kunjalo-ke namanje.


Konje sengaba yisitha kini ngokunishumayeza iqiniso na?


Udrako wamthukuthelela owesifazane, wamuka, wayokulwa nabaseleyo benzalo yakhe, labo abagcina imiyalo kaNkulunkulu nabanobufakazi bukaJesu.


umsila wakhe wadonsa okwesithathu kwezinkanyezi zezulu, waziphonsa emhlabeni. Nodrako wema phambi kowesifazane obezakubeletha, ukuze kuthi nxa esebelethile, ashwabadele umntwana wakhe.


futhi abe nguyise wabasokileyo, kungabi ngowabasokileyo kuphela, kepha nowabo abahamba emkhondweni wokukholwa ubaba u-Abrahama ayenakho engakasoki.


U-Abrahama uyihlo wathokozela ukubona usuku lwami, walubona, wajabula.”


Omubi uqaphela olungileyo, ufuna ukumbulala.


Omubi uyamsongela olungileyo ngokubi, amgedlele amazinyo.


Emva kwalokho uJesu wahamba eGalile, ngokuba wayengathandi ukuhamba eJudiya, lokhu abaJuda bebefuna ukumbulala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite