Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 8:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Kabazanga ukuthi ukhuluma kubo ngoYise.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Babengazi ukuthi ukhuluma kubo ngoYise.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Abaqondanga ukuthi ukhuluma kubo ngoYise.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Abaqondanga ukuthi ukhuluma kubo ngoYise.

Gade chapit la Kopi




Johane 8:27
9 Referans Kwoze  

Yathi: “Hamba usho kulaba bantu ukuthi: “ ‘Yizwani, yizwani, kepha ningaqondi; bonani, bonani, kepha ningazi.’


OngokaNkulunkulu uzwa amazwi kaNkulunkulu; kungakho ningezwe nina, ngokuba anisibo abakaNkulunkulu.”


Yini ukuba ningayizwisisi inkulumo yami na? Kungokuba aninakuzwa izwi lami.


Siphuthaza udonga njengempumputhe, yebo, siphumputha njengabangenamehlo; sikhubeka emini njengasekuhweleleni; phakathi kwabaphilayo sinjengabafileyo.


Nginezinto eziningi enginokuzikhuluma nokwahlulela ngani, kepha ongithumileyo uqinisile, nami engakuzwa kuye ngikukhuluma ezweni.”


Wayesethi uJesu: “Nxa seniyiphakamisile iNdodana yomuntu, khona-ke nizakwazi ukuthi nginguye nokuthi angenzi lutho ngokwami, kodwa ngikhuluma lokhu njengokuba uBaba engifundisile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite