Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 8:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Wathi kubo: “Nina ningabaphansi, mina ngingowaphezulu; nina ningabaleli zwe, mina angingowaleli zwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 UJesu wathi kubo: “Nina ningabalapha ezweni, kodwa Mina ngingowaphezulu. Nina ningabaleli lizwe, kodwa Mina angisiye owaleli lizwe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

23 Wathi kubo: “Nina ningabaphansi; Mina ngingowaphezulu; nina ningabakalumhlaba; mina angisiye owalumhlaba.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Wathi kubo: “Nina ningabaphansi; Mina ngingowaphezulu; nina ningabakalumhlaba; mina angisiye owalumhlaba.

Gade chapit la Kopi




Johane 8:23
15 Referans Kwoze  

“Ovela phezulu uphezu kwakho konke; ovela emhlabeni ungowomhlaba, ukhuluma okomhlaba. Ovela ezulwini uphezu kwakho konke.


Abasibo abezwe, njengalokhu nami angisiye owezwe.


Mina ngibanikile izwi lakho; izwe labazonda, ngokuba bengesibo abezwe, njengalokhu nami angisiye owezwe.


Ziphingi, anazi yini ukuthi ukuthanda izwe kungubutha kuNkulunkulu na? Ngakho lowo othanda ukuba ngumhlobo wezwe, umi eyisitha sikaNkulunkulu.


Emisebenzini yabantu ngiyazilinda, ezindleleni zezidlova ngezwi lezindebe zakho.


Akakho owenyukele ezulwini, kuphela yena owehla ezulwini, iNdodana yomuntu.


ULizwi waba yinyama, wakha phakathi kwethu, sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise, egcwele umusa neqiniso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite