Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 7:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Ngokuba uMose uninikile ukusoka – kungesikho ukuthi kuvela kuMose kodwa kokhokho – niyamsoka umuntu nangesabatha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 UMose uninike ukusoka, kungesikho ukuthi kuvela kuye kodwa kokhokho. Niyamsoka umuntu ngeSabatha.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Ngakho uMose uninikile ukusoka; (kungesikho ukuthi kuvela kuMose kodwa kokhokho), niyakusoka umuntu nangesabatha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngakho uMose uninikile ukusoka; (kungesikho ukuthi kuvela kuMose kodwa kokhokho), niyakusoka umuntu nangesabatha.

Gade chapit la Kopi




Johane 7:22
6 Referans Kwoze  

Ngosuku lwesishiyagalombili inyama yejwabu lakhe iyakusokwa.


Kepha ngisho lokhu ukuthi isivumelwano esaqiniswa nguNkulunkulu ngaphambili, umthetho owavela emva kweminyaka engamakhulu amane namashumi amathathu, awusesuli, uze usichithe isithembiso;


U-Abrahama wayisoka indodana yakhe u-Isaka isinezinsuku eziyisishiyagalombili, njengalokho uNkulunkulu emyalile.


Wayesemnika isivumelwano sokusoka; kanjalo-ke wazala u-Isaka, wamsoka ngosuku lwesishiyagalombili; u-Isaka wazala uJakobe, uJakobe wazala okhokho abayishumi nambili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite