Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 6:59 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

59 Lokho wakukhuluma esinagogeni* efundisa eKapernawume.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

59 UJesu wakukhuluma lokhu efundisa esinagogeni, eKhaphernawume.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

59 Lokho wakukhuluma esinagogeni efundisa eKapernawume.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

59 Lokho wakukhuluma esinagogeni efundisa eKapernawume.

Gade chapit la Kopi




Johane 6:59
8 Referans Kwoze  

isixuku sathi ukubona ukuthi uJesu akakho lapho nabafundi bakhe, sangena emikhunjaneni, naso saya eKapernawume sifuna uJesu.


UJesu wamphendula wathi: “Ngikhulumile obala ezweni. Ngezikhathi zonke bengifundisa esinagogeni* nasethempelini, lapho abaJuda bonke bebuthana khona, angikhulumanga lutho ngasese.


Wehlela eKapernawume umuzi waseGalile. Wayebafundisa ngosuku lwesabatha.


UJesu walihamba lonke elaseGalile efundisa emasinagogeni* abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa abantu ezifweni zonke nasebuthakathakeni bonke.


bangena emkhunjini, bawela ulwandle beya eKapernawume. Kwase kuhlwile, uJesu wayengakafiki kubo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite