Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 6:54 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

54 Odla inyama yami, aphuze igazi lami, unokuphila okuphakade; mina ngiyakumvusa ngomuhla wokuphela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

54 Lowo odla inyama yami, aphuze igazi lami, unokuphila okuphakade; ngiyakumvusa ngomhla wokuphela.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

54 Odla inyama yami, aphuze igazi lami, unokuphila okuphakade; futhi mina ngizamvusa ngosuku lokucina.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

54 Odla inyama yami, aphuze igazi lami, unokuphila okuphakade; futhi mina ngizamvusa ngosuku lokucina.

Gade chapit la Kopi




Johane 6:54
12 Referans Kwoze  

akuseyimi ophilayo, kepha uKristu uphila kimi; kodwa ukuphila engikuphilayo kalokhu enyameni ngikuphila ngokukholwa, okungukukholwa yiNdodana kaNkulunkulu eyangithandayo, yazinikela ngenxa yami.


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Okholwayo unokuphila okuphakade.


Abamnene bayakudla, basuthe; abafuna uJehova bayakumdumisa; inhliziyo yenu mayiphile kuze kube phakade.


NguMoya ophilisayo, inyama ayisizi lutho; amazwi engiwakhulume kini angumoya, angukuphila.


Ningasebenzeli ukudla okuphelayo kepha ukudla okuhlala kuze kube ngukuphila okuphakade, eyakunipha khona iNdodana yomuntu, ngokuba uYise uNkulunkulu ubekile uphawu kuyona.”


kepha lowo oyakuphuza amanzi engiyakumnika wona kasayikoma naphakade; kepha amanzi engiyakumnika wona, phakathi kwakhe ayakuba ngumthombo wamanzi aphuphumayo, kube ngukuphila okuphakade.”


Ngokuba inyama yami ingukudla isibili, negazi lami lingukuphuza isibili.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite