Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 5:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ngenxa yalokho abaJuda bamzingela uJesu, ngokuba wakwenza lokho ngesabatha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 AbaJuda bamzingela uJesu ngenxa yalokho, ngokuba wayenze lokho ngesabatha.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Ngalokho abaJuda bamzingela uJesu, badinga ukumbulala, ngokuba wakwenza lokho ngesabatha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngalokho abaJuda bamzingela uJesu, badinga ukumbulala, ngokuba wakwenza lokho ngesabatha.

Gade chapit la Kopi




Johane 5:16
15 Referans Kwoze  

Khumbulani izwi enganitshela lona mina lokuthi: ‘Inceku ayinkulu kunenkosi yayo.’ Uma bengizingele mina, nani bayakunizingela; uma begcina izwi lami, nelenu bayakuligcina.


Base befuna futhi ukumbamba, kepha waphunyuka esandleni sabo.


Base bethi abanye kwabaseJerusalema: “Lo akusiye yini abafuna ukumbulala na?


Kepha ophilisiweyo wayengazi ukuthi ungubani, ngokuba uJesu wayemukile lapho, kukhona isixuku kuleyo ndawo.


Base begcwala ukuhlanya, bakhuluma bodwa ngokuthi bangamenze njani uJesu.


AbaFarisi base bephuma masinyane bacebisana ngaye nabakaHerode ukuthi bangambhubhisa kanjani.


Khona wathi kulowo muntu: “Yelula isandla sakho.” Wayeseselula, sasinda saba njengesinye.


Lokhu kungubufakazi bukaJohane mhla abaJuda bethuma abapristi namaLevi bephuma eJerusalema ukuba bambuze ukuthi: “Wena ungubani na?”


Khona base bethi abaJuda kophilisiweyo: “Yisabatha, akuvunyiwe uthwale uhlaka.”


Wamuka lowo muntu, watshela abaJuda ukuthi nguJesu omphilisileyo.


Kepha wabaphendula wathi: “UBaba usebenza kuze kube manje, nami ngiyasebenza.”


Ngalokho-ke abaJuda kwayikhona befuna kakhulu ukumbulala, ngokuba wayengaphulile isabatha kuphela, kodwa wabuye wathi uNkulunkulu unguYise, ezenza olingana noNkulunkulu.


UJesu waphendula, wathi kubo: “Munye umsebenzi engiwenzile, niyamangala nonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite