Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 4:45 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 Kuthe-ke ukuba afike eGalile, abaseGalile bamamukela bebone konke akwenzayo eJerusalema emkhosini; ngokuba nabo babezile emkhosini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

45 Kuthe esefikile eGalile, abaseGalile bamamukela, njengalokhu babekubonile konke akwenzayo eJerusalema ngomkhosi, ngokuba nabo babeyile emkhosini.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

45 Kuthe esefikile eGalile, abaseGalile bamamukela, sebebone konke akwenzayo eJerusalema emkhosini, ngokuba nabo babeyile emkhosini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

45 Kuthe esefikile eGalile, abaseGalile bamamukela, sebebone konke akwenzayo eJerusalema emkhosini, ngokuba nabo babeyile emkhosini.

Gade chapit la Kopi




Johane 4:45
10 Referans Kwoze  

Kwathi eseJerusalema ngePhasika emkhosini, abaningi bakholwa egameni lakhe bebona izibonakaliso zakhe azenzayo;


Lowo-ke weza kuye ebusuku, wathi kuye: “Rabi, siyazi ukuthi ungumfundisi ovele kuNkulunkulu, ngokuba akakho ongenza lezi zibonakaliso ozenzayo, uma uNkulunkulu engenaye.”


“Kathathu ngomnyaka bonke abesilisa bakho bayakubonakala phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho endaweni ayakuyikhetha: ngomkhosi wesinkwa esingenamvubelo, nangomkhosi wamasonto, nangomkhosi wamadokodo; bangabonakali phambi kukaJehova bengenalutho;


Kepha awamamukelanga, ngokuba ubuso bakhe babubheke eJerusalema.


Kepha ekubuyeni kwakhe uJesu isixuku samthakazela; ngokuba bonke babembhekile.


Ngaleso sikhathi kwakukhona abathile abamtshela ngabaseGalile igazi labo uPilatu ayelixubanisile nemihlatshelo yabo.


Leso siyisibonakaliso sesibili uJesu asenza efikile eGalile evela eJudiya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite