Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 4:40 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Athe ukuba eze kuye amaSamariya, amncenga ukuba ahlale nawo; wahlala khona izinsuku ezimbili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 Ngakho-ke athi amaSamariya esefikile kuye, amncenga ukuba ahlale nawo. Wahlala lapho izinsuku ezimbili.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

40 Kwathi esefikile kuye amaSamariya amncenga ukuthi ahlale lawo; wasehlala khona insuku ezimbili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Kwathi esefikile kuye amaSamariya amncenga ukuthi ahlale lawo; wasehlala khona insuku ezimbili.

Gade chapit la Kopi




Johane 4:40
15 Referans Kwoze  

Bheka, ngimi ngasemnyango ngingqongqotha; uma umuntu ezwa izwi lami, avule umnyango, ngiyakungena kuye, ngidle naye, naye adle nami.


Kuthe esebhapathiziwe kanye nendlu yakhe, wasincenga wathi: “Uma nithi ngikholekile eNkosini, ngenani endlini yami, nihlale khona;” wasicindezela.


Bamncengisisa bathi: “Hlala nathi, ngokuba sekuzakuhlwa, nemini isiyadlula.” Wangena wahlala nabo.


Kepha indoda okuphume kuyo amademoni yamnxusa ukuba ibe naye; kodwa wayimukisa, ethi:


Themba lika-Israyeli, msindisi wakhe ngesikhathi sokuhlupheka, yini ukuba ube njengomfokazi ezweni nanjengesihambi esingenisayo ukuba silale ubusuku nje na?


Ngangidlule kancane nje kubo; ngase ngimthola othandwa ngumphefumulo wami; ngambamba, angivumanga ukuba ahambe, ngaze ngamngenisa endlini kamame nasekamelweni lowangikhulisayo.


Bambelela ekulayweni, ungakuyeki; kulonde, ngokuba kungukuphila kwakho.


Wayesethi: “Angihambe, ngokuba sekuyasa.” Kepha wathi: “Anginakukuyeka ukuba uhambe ungangibusisanga.”


Wayenodadewabo othiwa nguMariya, owahlala ngasezinyaweni zeNkosi, walizwa izwi layo.


AmaSamariya amaningi alowo muzi akholwa nguye ngezwi lowesifazane owafakaza ngokuthi: “Ungitshele konke engikwenzileyo.”


Bakholwa abaningi kakhulu futhi ngenxa yezwi lakhe.


Kepha emva kwezinsuku ezimbili waphuma lapho ukuya eGalile.


kwaba khona ukuthokoza okukhulu kulowo muzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite