Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 4:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Ngaleyo nkathi bafika abafundi bakhe; bamangala ngokuba ekhuluma nowesifazane; nokho akubangakho owathi: “Ufunani na?” noma: “Ukhulumelani naye na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Ngaleso sikhathi kwase kufika abafundi bakhe, bamangala lapho bemfica ekhuluma nowesifazane. Kepha akekho noyedwa owabuza, wathi: “Ufunani na?” noma “Ukhulumelani nowesifazane na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Ngalokho bafika abafundi bakhe, bamangala ngokuba ekhuluma nowesifazane; kumbe: Ukhulumelani laye?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Ngalokho bafika abafundi bakhe, bamangala ngokuba ekhuluma nowesifazane; kumbe: Ukhulumelani laye?

Gade chapit la Kopi




Johane 4:27
4 Referans Kwoze  

Kuthe umFarisi obemmemile ekubona, wazindla wathi: “Uma lo ebengumprofethi, nga emazi lo wesifazane omphathayo ukuba ungubani nokuba unjani, ngokuba uyisoni.”


UJesu ekuzwa lokho wamangala, wathi kwabamlandelayo: “Ngiqinisile ngithi kini: Angizange ngifumane kwa-Israyeli ukukholwa okungaka kumuntu.


Owesifazane wayeseshiya imbiza yakhe, waya emzini, wathi kubantu:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite