Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 21:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kuthe sebephumele emhlabathini, babona umlilo wamalahle, nezinhlanzi zibekwe kuwo, nesinkwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Kuthe sebephumele emhlabathini, babona umlilo wamalahle, nezinhlanzi zibekwe kuwo, nesinkwa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Khona sebefikile emhlabathini, babona umlilo wamalahle, nezinhlanzi kubekwe kuwo, nesinkwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Khona sebefikile emhlabathini, babona umlilo wamalahle, nezinhlanzi kubekwe kuwo, nesinkwa.

Gade chapit la Kopi




Johane 21:9
10 Referans Kwoze  

UJesu weza, wathabatha isinkwa, wabapha, nezinhlanzi futhi.


UJesu wathi kubo: “Lethani izinhlanzi kwenizibambe manje.”


Kwakumi khona izinceku nezikhonzi zibasile umlilo wamalahle, ngokuba kwakumakhaza, zotha; noPetru wayenazo otha.


Uma ngibamukisa, baye ekhaya bengadlanga, bayakuphela amandla endleleni, ngokuba abanye babo bavela kude.”


USathane wayesemshiya; bheka, kwafika izingelosi, zamkhonza.


“Kukhona umfana lapha onezinkwa zebhali* eziyisihlanu nezinhlanzana ezimbili; kepha kuyini lokho kwabaningi kangaka na?”


UJesu wazithabatha izinkwa, wabonga, wayesezabela ababehlezi phansi, kanjalo futhi nezinhlanzana, njengokuthanda kwabo.


Kepha abanye abafundi beza ngesikebhe, ngokuba bebengekude nenhlabathi kepha kungathi izingalo ezingamakhulu amabili, bedonsa inetha linezinhlanzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite