Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 21:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Wayesethi kubo: “Phonsani inetha ngakwesokunene somkhumbi, nizakuthola.” Base bephonsa, ababe besaba namandla ukulidonsa ngenxa yobuningi bezinhlanzi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Wayesethi kubo: “Phonsani inetha ngakwesokunene sesikebhe, nizakubamba.” Base beliphonsa, kodwa behluleka ukulidonsa ngenxa yobuningi bezinhlanzi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Wasesithi kubo: Phonsani inetha ngakwesokunene somkhumbi, lizathola. Base bephonsa, kepha babe besaba namandla ukulidonsa ngenxa yobuningi bezinhlanzi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Wasesithi kubo: Phonsani inetha ngakwesokunene somkhumbi, lizathola. Base bephonsa, kepha babe besaba namandla ukulidonsa ngenxa yobuningi bezinhlanzi.

Gade chapit la Kopi




Johane 21:6
8 Referans Kwoze  

Ngakho abalamukeleyo izwi lakhe babhapathizwa, kwenezelwa ngalowo muhla abantu kungathi izinkulungwane ezintathu.


Kepha abaningi kwabezwayo izwi bakholwa; umumo wamadoda waba kungathi izinkulungwane eziyisihlanu.


Wathi unina ezincekwini: “Nayikuphi akusho kini anokwenza.”


Layithela imvula, kwafika izikhukhula, kwavunguza imimoya, yayishaya leyo ndlu, yawa, kwaba kukhulu ukuwa kwayo!”


nezinyoni zezulu, nezinhlanzi zolwandle, nakho konke okuhamba ezindleleni zolwandle.


Kuyakuthi kume kuwo abadobi kusukela e-Eni Gedi kuze kube se-Enegelayimi, kube ngokokwenekwa kwamanetha; kuyakuba khona izinhlanzi ngezinhlobo zazo njengezinhlanzi zoLwandle Olukhulu, zibe ziningi kakhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite