Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 21:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Emva kwalokho uJesu wabuye wazibonakalisa kubafundi ngaselwandle lwaseTiberiya; wazibonakalisa kanje:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Sekwedlule lokho, uJesu wabuye wazibonakalisa kubafundi bakhe ngasolwandle iThibheriya. Wazibonakalisa kanje:

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Emva kwalokho uJesu wabuye wazibonakalisa kubafundi ngaselwandle lwaseTiberiya; wazibonakalisa kanjalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Emva kwalokho uJesu wabuye wazibonakalisa kubafundi ngaselwandle lwaseTiberiya; wazibonakalisa kanjalo.

Gade chapit la Kopi




Johane 21:1
11 Referans Kwoze  

Emva kwalokho uJesu wamuka waya phesheya kolwandle lwaseGalile olungolwaseTiberiya.


kodwa eminye imikhunjana evela eTiberiya yafika eduze nendawo lapho badla khona isinkwa, iNkosi ibongile;


Kepha abafundi abayishumi nanye baya eGalile kuleyo ntaba uJesu ayebayalele yona;


Hambani masinyane, nitshele abafundi bakhe ukuthi uvukile kwabafileyo; bhekani, uyanandulela ukuya eGalile, nizakumbona khona. Bhekani, nginitshelile.”


kodwa emva kokuvuswa kwami ngiyakunandulela ukuya eGalile.”


Lokho sekungokwesithathu uJesu ebonakaliswa kubafundi, esevukile kwabafileyo.


Emva kwalokho wabonakala ngesinye isimo kwababili kubo behamba beya emaphandleni.


Kodwa hambani nitshele abafundi bakhe kanye noPetru ukuthi uyanandulela ukuya eGalile; nizakumbona lapho, njengalokho eshilo kini.”


Ngasemuva wabonakala kwabayishumi nanye behlezi ekudleni, wabasola ngokungakholwa kwabo nangobulukhuni benhliziyo yabo, ngokuba bengakholwanga yilabo abambonileyo esevukile.


waziveza kubo ephilile emva kokuhlupheka kwakhe ngobufakazi obuningi, wabonwa yibo izinsuku ezingamashumi amane ekhuluma ngezombuso kaNkulunkulu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite