Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 20:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Bagijima bobabili kanyekanye; kepha umfundi omunye wagijima kakhulu kunoPetru, wafika kuqala ethuneni;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Bobabili bagijima, kodwa lo omunye umfundi wagijima kakhulu kunoPhethro, wafika kuqala ethuneni.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Base begijima bobabili kanyekanye; kepha omunye umfundi wamgijima kakhulu uPetru, wafika kuqala ethuneni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Base begijima bobabili kanyekanye; kepha omunye umfundi wamgijima kakhulu uPetru, wafika kuqala ethuneni.

Gade chapit la Kopi




Johane 20:4
7 Referans Kwoze  

Wathi: “Noma kanjani, ake ngigijime.” Wathi kuye: “Gijima.” Wayesegijima u-Ahimahasi ngendlela yasethafeni, wamdlula umKushe.


Ngokuba uma uthando lukhona, kwamukeleka njengalokho umuntu anakho, kungenjengalokho angenakho.


Anazi yini ukuthi abagijima ngokuncintisana bagijima bonke, kepha munye owamukela umklomelo? Gijimani kanjalo, ukuze niwuthole.


umpristi uyakubheka ibala; uma libonakala lishonile kunesikhumba, kube kulo izinwele ezincane ezimpofu, bheka, umpristi makasho athi ungcolile: kungumuna, kuluchoko lwekhanda noma olwesilevu.


Ngakho wayesephuma uPetru nomunye umfundi, beza ethuneni.


elunguza wabona izindwangu zelineni zikhona, kepha akangenanga.


Khona wayesengena nomfundi omunye ofike kuqala ethuneni, wabona, wakholwa;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite