Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 20:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 UMariya Magdalena weza wabikela abafundi ukuthi: “Ngiyibonile iNkosi,” nokuthi: “Ishilo lokho kimi.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 UMariya Magdalena wafika wabikela abafundi, wathi: “Ngiyibonile iNkosi,” wathi futhi: “Ikushilo lokhu kimi.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 UMariya Magdalena weza wabikela abafundi ukuthi uyibonile iNkosi, nokuthi ikhulume lokho kuye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 UMariya Magdalena weza wabikela abafundi ukuthi uyibonile iNkosi, nokuthi ikhulume lokho kuye.

Gade chapit la Kopi




Johane 20:18
7 Referans Kwoze  

KwakungoMariya Magdalena, noJowana, noMariya unina kaJakobe; nabanye ababe kanye nabo babatshela abaphostoli lokho.


Khona uJesu wathi kubo: “Ningesabi; hambani, nibikele abafowethu ukuba bahambe baye eGalile; bayakungibona khona.”


Kwathi ngosuku lokuqala lweviki uMariya Magdalena wafika ethuneni ekuseni kusemnyama, wabona itshe lisusiwe ethuneni.


phakathi kwabo kwakukhona oMariya Magdalena, unina kaJakobe nokaJose, nonina wamadodana kaZebedewu.


Kepha kwakumi ngasesiphambanweni sikaJesu unina kanye nodadewabo kanina, uMariya umkaKleyophase, noMariya Magdalena.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite