Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 19:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Bambethela khona nabanye ababili kanye naye ngalapha nangalapha, uJesu ephakathi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Bambethela lapho nabanye ababili ababemphahlile uJesu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 lapho bambethela khona, labanye ababili kanye laye, omunye ngapha, loJesu ephakathi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 lapho bambethela khona, labanye ababili kanye laye, omunye ngapha, loJesu ephakathi.

Gade chapit la Kopi




Johane 19:18
11 Referans Kwoze  

Ngalokho ngiyakuyabela kanye nabakhulu, yahlukanise impango nabanamandla, ngokuba yawuthulula umphefumulo wayo ekufeni, yabalwa kanye nezelelesi; yathwala nokho izono zabaningi, yakhulekela aboni.


UKristu wasihlenga esiqalekisweni somthetho, ebenziwe isiqalekiso ngenxa yethu, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abalenga emthini,”


ukuba kugcwaliseke izwi likaJesu alishilo lapha ebonisa ukuthi uyakufa ngokufa okunjani.


Kepha nabaphangi ababebethelwe esiphambanweni kanye naye bamdumaza kanjalo.


Ngokuba izinja ziyangibungayela; umbonda wababi ungizungezile; izandla zami nezinyawo zami bazibhobozile.


sibhekile kuJesu, umqalisi nomphelelisi wokukholwa kwethu, owathi esikhundleni sentokozo ayibekelweyo wathwala isiphambano engalinaki ihlazo, wahlala ngakwesokunene sesihlalo sobukhosi sikaNkulunkulu.


Ayeseza-ke amabutho, ayaphula imilenze yowokuqala neyomunye owayebethelwe naye.


yena lo, esenikelwe ngesu elimisiweyo nangokwaziphambili kukaNkulunkulu, nambethela ngezandla zabangenamthetho, nambulala;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite