Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 18:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 baqala bamyisa ku-Anase, ngokuba engumukhwe kaKayafase obengumpristi omkhulu walowo mnyaka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Bamhola, bamyisa ku-Anase kuqala, ngokuba engumukhwe kaKhayifase owayengumphristi omkhulu ngalowo nyaka.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Bamyisa ku-Anase kuqala; ngokuba wayenguyisezala kaKayafase owayengumpristi omkhulu ngalowo mnyaka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Bamyisa ku-Anase kuqala; ngokuba wayenguyisezala kaKayafase owayengumpristi omkhulu ngalowo mnyaka.

Gade chapit la Kopi




Johane 18:13
9 Referans Kwoze  

U-Anase wamthumela eboshiwe kuKayafase umpristi omkhulu.


Lokho kakushongo ngokwakhe, kodwa engumpristi omkhulu walowo mnyaka waprofetha ukuba uJesu wayezakufa ngenxa yesizwe;


u-Anase engumpristi omkhulu noKayafase, kwafika izwi likaNkulunkulu kuJohane indodana kaZakariya ehlane.


Ababembambile uJesu bamusa kuKayafase umpristi omkhulu, lapho kwakubuthene khona ababhali namalunga.


Khona kwabuthana abapristi abakhulu namalunga esizwe egcekeni lompristi omkhulu othiwa uKayafase.


no-Anase umpristi omkhulu, noKayafase, noJohane, no-Aleksandru, nabo bonke abendlu yompristi omkhulu,


Kepha othile wabo, uKayafase, engumpristi omkhulu walowo mnyaka, wathi kubo: “Anazi lutho nina;


Base bekhipha uJesu kuKayafase, bemyisa endlini yokwahlulela; kwakusekuseni. Kepha bona kabangenanga enqabeni ukuba bangangcoli kodwa babe nokudla iphasika.


UJesu waphendula wathi: “Ngabe awunamandla neze phezu kwami, ukuba awuwanikwanga ngaphezulu. Ngalokho-ke onginikele kuwe unesono esikhulu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite