Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 13:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 wasuka ekudleni, wabeka izingubo zakhe, wathabatha indwangu, wakhwica.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Wasukuma esidlweni, wabeka izingubo zakhe, wathatha ithawula, walibopha okhalo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Wasukuma ekudleni, wabeka izingubo zakhe; wathatha ithawula, wabhinca.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wasukuma ekudleni, wabeka izingubo zakhe; wathatha ithawula, wabhinca.

Gade chapit la Kopi




Johane 13:4
9 Referans Kwoze  

ngokuba niyawazi umusa weNkosi yethu uJesu Kristu ukuthi, nakuba ecebile, waba mpofu ngenxa yenu, ukuze ngobumpofu bakhe nicebe nina.


Ngokuba ngumuphi omkhulu, ohlezi ekudleni noma okhonzayo, na? Akusiye ohlezi ekudleni na? Kepha mina ngiphakathi kwenu njengokhonzayo.


Zibusisiwe lezo zinceku okuyakuthi inkosi, nxa ifika, izifumane zilindile; ngiqinisile ngithi kini: Iyakuzibopha ukhalo, izihlalise ekudleni, ize izikhonze.


“Ngumuphi kini onenceku elimayo nokuba eyalusayo, athi kuyo ibuya endle: ‘Sondela masinyane, uhlale phansi, udle’?


Kepha uJehoshafati wathi: “Akakho lapha umprofethi kaJehova ukuba sibuze kuJehova ngaye na?” Enye yezinceku zenkosi yakwa-Israyeli yaphendula yathi: “Ukhona u-Elisha indodana kaShafati owathela amanzi ezandleni zika-Eliya.”


Kodwa akayikusho kuyo ukuthi: ‘Lungisa engizakukudla, uzibophe, ungiphakele, ngize ngidle, ngiphuze, andukuba udle, uphuze wena,’ na?


Esegeze izinyawo zabo wathabatha izingubo zakhe, wabuye wahlala, wathi kubo: “Niyakwazi yini engikwenzile kini na?


Nanti izwi enalizwayo kwasekuqaleni lokuba sithandane,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite