Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 13:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 Kepha abanye bacabanga ukuthi, ngokuba uJuda ephethe isikhwama, uJesu uthi kuye: “Thenga esikuswele emkhosini,” noma ukuthi kabele abampofu okuthile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Abanye babecabanga ukuthi kungenxa yokuba uJuda wayengumgcinisikhwama, ngakho uJesu, wayethi kuye: “Thenga esikusweleyo koMkhosi,” noma ukuthi makabele abampofu okuthile.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 Ngokuba abanye babecabanga ukuthi, ngokuba uJuda wayephethe isikhwama, uJesu wathi kuye: Thenga esikuswele emkhosini; kumbe ukuthi kabele abayanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Ngokuba abanye babecabanga ukuthi, ngokuba uJuda wayephethe isikhwama, uJesu wathi kuye: Thenga esikuswele emkhosini; kumbe ukuthi kabele abayanga.

Gade chapit la Kopi




Johane 13:29
6 Referans Kwoze  

Owebayo angabe eseba, kepha kunalokho akhuthale asebenze okuhle ngezandla zakhe, ukuze abe nokokwabela osweleyo.


kuphela ukuba sikhumbule abampofu, eyonanto nami ebengikhuthalele ukuyenza.


Kwathi ngaphambi komkhosi wePhasika uJesu azi ukuthi isikhathi sakhe sesifikile ukuba amuke kuleli zwe, aye kuYise, ebathandile abakhe abasezweni wabathanda kwaze kwaba sekupheleni.


Kepha akabakho kwababehlezi ekudleni owayekwazi lokho ukuthi ukusho ngani kuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite