Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 12:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ngokuba abampofu ninabo njalo, kepha mina aninami njalo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Ngokuba abampofu ninabo njalo, kodwa Mina aniyukuba nami njalo.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Ngokuba abampofu ninabo njalo; kepha mina aninami njalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngokuba abampofu ninabo njalo; kepha mina aninami njalo.

Gade chapit la Kopi




Johane 12:8
9 Referans Kwoze  

Ngokuba ompofu akasoze aphela ezweni; ngakho-ke ngiyakuyala ngithi: ‘Womvulela nokumvulela umfowenu isandla sakho, abaswelayo bakho nabampofu bakho ezweni lakini.’


Ngokuba abampofu ninabo njalo; nanini, uma nithanda, ningabenzela okuhle: kepha mina aninami njalo.


Wayesethi kubo uJesu: “Kuseyisikhashana ukukhanya kukhona kini. Hambani nise nokukhanya, ukuze ubumnyama bunganehleli. Ohamba ebumnyameni akazi ukuthi uya ngaphi.


ngokuba abampofu ninabo njalo, kepha mina aninami njalo.


“Bantwanyana, ngise khona nani isikhashana. Niyakungifuna, nanjengalokho ngasho kubaJuda ukuthi lapho ngiya khona ningeze nina, ngisho nakinina manje.


Khona waphinda wathi kubo: “Ngiyamuka mina, niyakungifuna, nifele ezonweni zenu; lapho ngiya khona mina, ningeze nina.”


Ngamvulela-ke othandiweyo wami, kepha othandiweyo wami ubephendukile, wamuka; umphefumulo wami wawuphela ngokukhuluma kwakhe, ngamfuna, kepha angamthola; ngambiza, kodwa akaphendula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite