Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 12:39 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Ngalokho babengekholwe, ngokuba u-Isaya washo futhi ukuthi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

39 Ngalokho-ke kabakwazanga ukukholwa, njengokuba u-Izaya washo futhi, wathi:

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

39 Ngakho kabakholwanga, ngoba uIsaya waphinda wathi:

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

39 Ngakho kabakholwanga, ngoba uIsaya waphinda wathi:

Gade chapit la Kopi




Johane 12:39
8 Referans Kwoze  

benamehlo agcwele ukuphinga nangayeki izono, bayenga imiphefumulo engaqinile, benenhliziyo ejwayele ukufisa, abantwana bokuqalekiswa,


Kepha uma ngiyenza, nakuba ningakholwa yimi, kholwani yimisebenzi, ukuze nazi, niqonde ukuthi uBaba ukimi, nami ngikuBaba.”


Ningakholwa kanjani nina enidumisana nodwa, ningalufuni udumo oluvela kuNkulunkulu yedwa, na?


Akakho ongeza kimi, uma uBaba ongithumileyo engamdonsi; mina-ke ngiyakumvusa ngomuhla wokuphela.


ukuba izwi lika-Isaya umprofethi ligcwaliseke, alikhuluma lokuthi: “Nkosi, ngubani owakholwa ngukushumayela kwethu na? Ingalo yeNkosi yambulelwa bani na?”


“Uphuphuthekisile amehlo abo, wayenza lukhuni inhliziyo yabo, funa babone ngamehlo, baqonde ngenhliziyo, baphenduke, ngibaphulukise.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite