Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 12:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Ngenxa yalokho isixuku saya samhlangabeza, ngokuba sase sizwile ukuthi wayesenzile leso sibonakaliso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Yingakho-ke isixuku sahamba samhlangabeza, ngokuba sasizwile ukuthi wenze leso sibonakaliso.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Ngalokho isixuku samhlangabeza, ngokuba sasizwile ukuthi wenze lesi sibonakaliso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngalokho isixuku samhlangabeza, ngokuba sasizwile ukuthi wenze lesi sibonakaliso.

Gade chapit la Kopi




Johane 12:18
6 Referans Kwoze  

ngokuba ngenxa yakhe abaningi babaJuda bamuka bakholwa nguJesu.


Esesondela ekwehleleni kweNtaba Yeminqumo, isixuku sonke sabafundi saqala ukuthokoza nokumdumisa uNkulunkulu ngezwi elikhulu ngemisebenzi yonke yamandla esiyibonileyo,


Lokho ukuqala kwezibonakaliso wakwenza uJesu eKhana laseGalile ebonakalisa inkazimulo yakhe; abafundi bakhe bakholwa nguye.


Samlandela isixuku esikhulu, ngokuba babebona izibonakaliso azenzayo kwabagulayo.


Ngangomuso abantu abaningi abafike emkhosini sebezwile ukuthi uJesu uyeza eJerusalema,


Ngakho abaFarisi bakhuluma bodwa, bathi: “Niyabona ukuthi anisizi lutho; bheka, izwe lonke liyamlandela.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite