Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 12:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Kepha abapristi abakhulu benza icebo lokuba babulale noLazaru,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Kepha abaphristi abakhulu benza uzungu lokuba babulale noLazaru,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Kepha abapristi abakhulu benza icebo lokuba babulale noLazaru;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kepha abapristi abakhulu benza icebo lokuba babulale noLazaru;

Gade chapit la Kopi




Johane 12:10
14 Referans Kwoze  

“Kepha wathi kuso: ‘Uma bengalaleli uMose nabaprofethi, kabayikuvunyiswa, noma kuvuka umuntu kwabafileyo.’ ”


Khona uHerode, esebonile ukuthi izazi zimphambile, wathukuthela kakhulu, wathumela wabulala bonke abantwana besilisa baseBetlehema nasendaweni yonke yangakhona, abaminyaka mibili nangaphansi njengesikhathi abesibuzisisile kuzo izazi.


Abapristi abakhulu nabaFarisi babekhiphe umyalo wokuthi uma kukhona owaziyo lapho ekhona, ababikele, ukuze bambambe.


Kubi lokhu kukho konke okwenziwa phansi kwelanga ukuthi bonke behlelwa yinto inye; ngalokho izinhliziyo zamadodana abantu zigcwele ububi, nobuhlanya busezinhliziyweni zabo besekhona, andukuba baye kwabafileyo.


OMose no-Aroni bangena-ke kuFaro, bathi kuye: “Usho kanje uJehova, uNkulunkulu wamaHeberu, uthi: ‘Koze kube nini wenqaba ukuzithoba phambi kwami na? Bavumele abantu bami ukuba bahambe, bangikhonze.


Base bephuma abaFarisi, benza isigungu ngaye ukuba bambhubhise.


Ngakho isixuku esikhulu sabaJuda sezwa ukuthi ulapho. Beza-ke kungengenxa kaJesu kuphela, kepha nokuba babone uLazaru abemvusile kwabafileyo.


ngokuba ngenxa yakhe abaningi babaJuda bamuka bakholwa nguJesu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite