Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 11:57 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

57 Abapristi abakhulu nabaFarisi babekhiphe umyalo wokuthi uma kukhona owaziyo lapho ekhona, ababikele, ukuze bambambe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

57 Abaphristi abakhulu nabaFarisi babekhiphe umyalo wokuthi uma kukhona owaziyo ukuthi ukuphi, ababikele, ukuze bambambe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

57 Kepha abapristi abakhulu nabaFarisi babekhiphe umyalo wokuthi, uma ekhona owaziyo lapho ekhona, ababikele, ukuze bambambe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

57 Kepha abapristi abakhulu nabaFarisi babekhiphe umyalo wokuthi, uma ekhona owaziyo lapho ekhona, ababikele, ukuze bambambe.

Gade chapit la Kopi




Johane 11:57
7 Referans Kwoze  

Base befuna futhi ukumbamba, kepha waphunyuka esandleni sabo.


Abazali bakhe basho lokho, ngokuba besaba abaJuda. Ngokuba abaJuda base bevumelene ngokuthi, uma ekhona ovuma ukuba unguKristu, kakhishwe esinagogeni.*


Base bethatha amatshe ukuba bamkhande. Kepha uJesu wasithela, waphuma ethempelini.


Ngenxa yothando lwami bayangizonda, mina ngisemkhulekweni njalo.


Kepha abanye babo baya kubaFarisi, babatshela abekwenzile uJesu.


Ngalokho abapristi abakhulu nabaFarisi base bemema umphakathi, bathi: “Siyakwenze njani na? Lo muntu wenza izibonakaliso eziningi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite