Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 11:44 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Waphuma ofileyo eboshwe izinyawo nezandla ngezindwangu, ubuso bakhe bumboziwe ngeduku. UJesu wathi kubo: “Mthukululeni, nimyeke ahambe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

44 Waphuma obefile eboshwe ngezindwangu ezinyaweni nasezandleni, ubuso bakhe bumbozwe ngesiqephu sendwangu. UJesu wathi kubo: “Mthukululeni, nimyeke ahambe.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

44 Waphuma ofileyo eboshwe izinyawo nezandla ngezindwangu, nobuso bakhe buboshwe ngeduku. UJesu wathi kubo: Mthukululeni, limyeke ahambe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

44 Waphuma ofileyo eboshwe izinyawo nezandla ngezindwangu, nobuso bakhe buboshwe ngeduku. UJesu wathi kubo: Mthukululeni, limyeke ahambe.

Gade chapit la Kopi




Johane 11:44
20 Referans Kwoze  

Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Isikhathi siyeza, sesikhona namanje, lapho abafileyo beyakulizwa izwi leNdodana kaNkulunkulu; abezwayo bayakuphila.


neduku ebelisekhanda lakhe libekiwe lingekho ezindwangwini zelineni, kepha lisongwe lilodwa kwenye indawo.


oyakuguqula isimo somzimba wethu wokuthotshiswa, ufane nomzimba wakhe wenkazimulo, ngamandla angazihlelela ngawo konke phansi kwakhe.


Mina noBaba simunye.”


Ngokuba njengalokhu uYise evusa abafileyo, abaphilise, kanjalo neNdodana iyabaphilisa labo ethanda ukubaphilisa.


Ofileyo wavuka, waqala ukukhuluma; yamnika unina.


“UJehova uyabulala, abesephilisa; uyehlisela endaweni yabafileyo, abesenyusa.


UNkulunkulu wathi: “Makube khona ukukhanya,” kwaba khona ukukhanya.


nophilayo; ngangifile, bheka, sengingophilayo kuze kube phakade naphakade, futhi nginezihluthulelo zokufa nezeHayidese*.


Ngakho base besithatha isidumbu sikaJesu, basisonga ngezindwangu zelineni kanye namakha njengesiko labaJuda lokumbela.


Wabayalisisa ukuba lokhu kungaziwa muntu; futhi wathi mayiphiwe ukudla.


“Ngiyakubahlenga esandleni sendawo yabafileyo, ngibahlawulele ekufeni; ziphi izifo zakho, kufa, kuphi ukuchitha kwakho, ndawo yabafileyo, na? Ukuguquka kufihlekile emehlweni ami.


Ngokuba wakhuluma, kwaba khona; wayaleza, kwema khona.


elunguza wabona izindwangu zelineni zikhona, kepha akangenanga.


Wathi uJesu: “Susani itshe.” UMarta, udadewabo wofileyo, wathi kuye: “Nkosi, usenuka; ngokuba sezizine.”


“Kwafika nenye, yathi: ‘Nkosi, nangu umina wakho ebengimkhwezile esongwe endwangwini.


Esekhulume lokho wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Lazaru, phuma.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite