Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 10:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Bonke abafike ngaphambi kwami bangamasela nabaphangi, kepha izimvu azibezwanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Bonke abafika ngaphambi kwami babengamasela nabaphangi; izimvu azibalalelanga.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Bonke abake bafika ngaphambi kwami bangamasela nabaphangi, kepha izimvu azibezwanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Bonke abake bafika ngaphambi kwami bangamasela nabaphangi, kepha izimvu azibezwanga.

Gade chapit la Kopi




Johane 10:8
11 Referans Kwoze  

“Ndodana yomuntu, profetha ngabelusi bakwa-Israyeli; profetha uthi kubo, kubelusi: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Wo kubelusi bakwa-Israyeli abazibonelela bona! Abelusi bebengayikuzalusa izimvu na?


“Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Ongangeni ngesango esibayeni sezimvu, kodwa ekhwela ngenye indawo, lowo uyisela nomphangi.


“Wo kubo abelusi abachitha, bazihlakaze izimvu zedlelo lami!” usho uJehova.


Ngokuba ngaphambi kwalezi zinsuku kwasuka uThewuda ezishaya omkhulu; kwanamathela kuye amadoda angathi amakhulu amane; wabulawa yena nabo bonke abamlalelayo, bachitheka, baphela.


Izimvu zami ziyalizwa izwi lami; nami ngiyazazi, ziyangilandela;


Kepha umfokazi azisoze zamlandela, kodwa ziyakumbalekela, ngokuba zingalazi izwi labafokazi.”


Ngokuba bheka, ngiyakuvusa umalusi ezweni ongayikuhambela ezilahlekileyo, angafuni ezihlakazekileyo, angazelaphi ezaphukileyo, angaboneleli eziphilayo, kepha adle inyama yezikhulupheleyo, adwebule izinselo zazo.


Izikhulu zawo phakathi kwawo ziyizingonyama ezibhongayo; abahluleli bawo bayizimpisi zokuhlwa; abashiyeli lutho ingomuso.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite