Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 10:41 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Nabaningi beza kuye, bathi: “UJohane nempela akenzanga sibonakaliso nasinye, kepha konke uJohane akusho ngalowo muntu kwakuqinisile.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

41 Abaningi beza kuye, bathi: “Impela uJohane akenzanga nasinye isibonakaliso, kodwa-ke konke uJohane akukhuluma ngalo muntu kuyiqiniso.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

41 Abaningi beza kuye, bathi: “UJohane akenzanga sibonakaliso, kepha konke uJohane akushoyo ngalo muntu kwakuyiqiniso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Abaningi beza kuye, bathi: “UJohane akenzanga sibonakaliso, kepha konke uJohane akushoyo ngalo muntu kwakuyiqiniso.

Gade chapit la Kopi




Johane 10:41
12 Referans Kwoze  

Lokho ukuqala kwezibonakaliso wakwenza uJesu eKhana laseGalile ebonakalisa inkazimulo yakhe; abafundi bakhe bakholwa nguye.


yena ozayo emva kwami, omchilo wesicathulo sakhe ngingafanele ukuwuthukulula.”


Kwathi sezibuthene izigidi zabantu baze banyathelana, waqala ukukhuluma, ikakhulu kubafundi bakhe, ethi: “Xwayani imvubelo yabaFarisi engukuzenzisa.


Kwathi isixuku simbunganyela ukuba sizwe izwi likaNkulunkulu, wayemi ngaselwandle lwaseGenesaretha,


Sebemfumene bathi kuye: “Bonke bayakufuna.”


waze wathi ezincekwini zakhe: “Lo nguJohane uMbhapathizi; yena uvukile kwabafileyo; kungalokho lawa mandla asebenza kuye.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite