Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




Johane 1:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Nguye ebengisho ngaye, ngithi: ‘Emva kwami kuza umuntu owavela ngaphambi kwami, ngokuba wayekhona kuqala kunami.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Nguye lo ebengikhuluma ngaye, ngithi: ‘Emva kwami kuza owavela ngaphambi kwami, owayekhona kuqala kunami.’

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Nguye ebengisho ngaye ukuthi: ‘Emva kwami kuza umuntu owavela ngaphambi kwami, ngokuba wayekhona kuqala kunami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Nguye ebengisho ngaye ukuthi: ‘Emva kwami kuza umuntu owavela ngaphambi kwami, ngokuba wayekhona kuqala kunami.

Gade chapit la Kopi




Johane 1:30
6 Referans Kwoze  

yena ozayo emva kwami, omchilo wesicathulo sakhe ngingafanele ukuwuthukulula.”


UJohane wafakaza ngaye, wamemeza wathi: “Nguyena lo ebengisho ngaye ukuthi: ‘Lowo ozayo emva kwami uvelile ngaphambi kwami, ngokuba wayekhona kuqala kunami.’ ”


uJohane waphendula, wathi kubo bonke: “Mina kambe nginibhapathiza ngamanzi, kepha uyeza onamandla kunami engingafanele ukuthukulula umchilo wezicathulo zakhe; yena uzakunibhapathiza ngoMoya oNgcwele nangomlilo;


“Mina nginibhapathiza ngamanzi, kube ngukuphenduka; kepha yena oza emva kwami unamandla kunami engingafanele ukuthwala izicathulo zakhe; yena uzakunibhapathiza ngoMoya oNgcwele nangomlilo,


Nami bengingamazi; kodwa ukuze abonakaliswe ku-Israyeli, ngalokho ngizile ngibhapathiza ngamanzi.”


Nabaningi beza kuye, bathi: “UJohane nempela akenzanga sibonakaliso nasinye, kepha konke uJohane akusho ngalowo muntu kwakuqinisile.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite