Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 9:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Kepha icebo labo laziwa nguSawulu. Babemhlalela nasemasangweni imini nobusuku ukuba bambulale.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Kepha icebo labo laziwa nguSawula. Babemlindela ngisho nasemasangweni, imini nobusuku, ukuze bambulale.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Kodwa iqhinga labo laziwa nguSawuli. Bawalinda amasango imini nobusuku ukuba bambulale.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Kodwa iqhinga labo laziwa nguSawuli. Bawalinda amasango imini nobusuku ukuba bambulale.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 9:24
15 Referans Kwoze  

EDamaseku induna yenkosi u-Aretha yalinda umuzi wamaDamaseku ukuba ingibambe;


bazicelela umusa ngaye wokuba ambizele eJerusalema, becebile ukumqamekela ukuba bambulale endleleni.


ngikhonza iNkosi ngakho konke ukuthobeka, nangezinyembezi, nangokulingwa okwangehlela ngamacebo abaJuda,


wahlala khona izinyanga ezintathu; abaJuda sebenzile icebo ngaye esezakumuka ngomkhumbi ukuya eSiriya, wazimisela ukubuyela emuva edabula iMakedoniya.


Kepha uma ngonile ngenza utho olufanele ukufa, angali ukufa; kodwa uma kungekho lutho lwalokho laba abangimangalela ngakho, akakho onganginikela kubo. Ngilidlulisela kuKesari.”


Sekudaluliwe kimi ukuthi kukhona icebo ngaleyo ndoda, ngase ngiyithumela kuwe masinyane, ngibayalile nabayimangalelayo ukuba bakhulume ngayo phambi kwakho.


Ngokuba babehlosa okubi, baceba icebo; kepha bayahluleka.


Abafundi base bemthatha ebusuku, bamehlisa ogangeni, bemewula ngeqoma.


Wena omubi ungaqamekeli indlu yolungileyo, ungachithi indawo yakhe yokuphumula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite