Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 8:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Izixuku zalalela nganhliziyonye okwakhulunywa nguFiliphu, zizwa, zibona izibonakaliso azenzayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Izixuku zalalela nganhliziyonye okwakushiwo nguFiliphu, zizwa, futhi zibona izibonakaliso ayezenza.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Izixuku zalalela nganhliziyonye lokho uFiliphu ayekukhuluma, zizwa futhi zibona izibonakaliso azenzayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Izixuku zalalela nganhliziyonye lokho uFiliphu ayekukhuluma, zizwa futhi zibona izibonakaliso azenzayo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 8:6
7 Referans Kwoze  

Ngesabatha elilandelayo kwabuthana kucishe umuzi wonke ukuzwa izwi likaNkulunkulu.


NakwaJuda sasikhona isandla sikaNkulunkulu ukubanika inhliziyonye ukuba benze isiyalezo senkosi nesezikhulu ngezwi likaJehova.


UFiliphu wehlela emzini waseSamariya, wabashumayeza uKristu.


Ngokuba kwaphuma omoya abangcolileyo kwabaningi abakhwelwa yibo, bememeza ngezwi elikhulu; nabaningi abafe uhlangothi nabayizinyonga baphulukiswa;


Naye uSimoni wakholwa; wathi esebhapathiziwe, wanamathela kuFiliphu, wamangala ebona izibonakaliso nemisebenzi emikhulu yamandla eyenziwayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite