Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 8:16 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 ngokuba wayengakehleli nakoyedwa kubo; kodwa babesabhapathiziwe egameni leNkosi uJesu kuphela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 ngokuba wayengakehleli nakoyedwa kubo, kodwa babebhabhadiswe egameni leNkosi uJesu kuphela.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 (Ngoba wayengakehleli phezu kwamunye wabo, kodwa babebhabhathizwe ebizweni leNkosi uJesu.)

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 (Ngoba wayengakehleli phezu kwamunye wabo, kodwa babebhabhathizwe ebizweni leNkosi uJesu.)

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 8:16
9 Referans Kwoze  

UPetru wayesethi: “Phendukani, yilowo nalowo abhapathizwe egameni likaJesu Kristu kukho ukuthethelelwa kwezono zenu; khona niyakwamukeliswa isiphiwo sikaMoya oNgcwele.


wathi: “Namamukela yini uMoya oNgcwele mhla nikholwayo na?” Bathi kuye: “Qhabo, asizwanga nokuzwa ukuba kukhona uMoya oNgcwele.”


ngalokho hambani nenze izizwe zonke abafundi, nibabhapathize egameni likaYise neleNdodana nelikaMoya oNgcwele,


Ngokuba nonke enabhapathizelwa kuKristu nembatha uKristu.


Kumbe anazi yini ukuthi sonke esabhapathizelwa kuKristu Jesu, sabhapathizelwa kukho ukufa kwakhe na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite