Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 8:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Naye uSimoni wakholwa; wathi esebhapathiziwe, wanamathela kuFiliphu, wamangala ebona izibonakaliso nemisebenzi emikhulu yamandla eyenziwayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 USimoni naye wakholwa; esebhabhadisiwe wamlandela uFiliphu, emangaliswa izibonakaliso nemisebenzi emikhulu yamandla eyayenzeka.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Naye uSimoni wakholwa, esebhapathiziwe wanamathela kuFiliphu, wamangala ebona izibonakaliso nezibonakaliso ezenziwayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Naye uSimoni wakholwa, esebhapathiziwe wanamathela kuFiliphu, wamangala ebona izibonakaliso nezibonakaliso ezenziwayo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 8:13
16 Referans Kwoze  

UNkulunkulu wenza imisebenzi yamandla engavamile ngezandla zikaPawulu,


Ngokuba uYise uyayithanda iNdodana, uyikhombisa konke akwenzayo yena; woyikhombisa imisebenzi emikhulu kunalena ukuba nimangale.


Ngesabatha elilandelayo kwabuthana kucishe umuzi wonke ukuzwa izwi likaNkulunkulu.


UJesu waphendula, wathi kubo: “Munye umsebenzi engiwenzile, niyamangala nonke.


Abasedwaleni yilabo abathi sebezwile, balamukele izwi ngokuthokoza; kepha laba kabanampande, bakholwa isikhashana nje, kuthi ngesikhathi sokulingwa bahlubuke.


Lezi zibonakaliso ziyakubalandela abakholwayo: ngegama lami bayakukhipha amademoni, bashumayele ngezilimi ezintsha,


Awunasabelo nalifa kuleli zwi, ngokuba inhliziyo yakho ayilungile phambi kukaNkulunkulu.


Kepha base bemazi ukuba nguyena owayehlalela ukuphiwa ngaseMnyango Omuhle wethempeli, behlelwa ngukwesaba nokumangala ngokwenzakele kuye.


“Bonani phakathi kwabezizwe, nibheke, nimangale nokumangala, ngokuba wenza isenzo ezinsukwini zenu eningayikukholwa yiso, lapho silandwa.


babhapathizwa nguye emfuleni iJordani bevuma izono zabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite