Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 7:53 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

53 nina enamukela umthetho ngokuyala kwezingelosi, kepha aniwugcinanga.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

53 Nina enemukela umthetho ngokuyala kwezingelosi, kodwa anawugcina.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

53 enamukela umthetho ngesandla sezingelosi, kepha aniwugcinanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

53 enamukela umthetho ngesandla sezingelosi, kepha aniwugcinanga.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 7:53
10 Referans Kwoze  

Ngokuba uma izwi elakhulunywa ngezingelosi laqiniseka, nakho konke ukuphambuka nokungalaleli kwaphindiselwa ngokufaneleyo,


Pho, umthetho uyini na? Wenezelwa ngenxa yeziphambeko, kuze kufike inzalo enikiwe isithembiso, umisiwe ngezingelosi, ngesandla somlamuleli.


Nguye lowo owayesebandleni ehlane kanye nengelosi eyakhuluma naye entabeni yaseSinayi kanye nawobaba, nowamukela amazwi okuphila, ukuze aninike wona.


“UJehova wavela eSinayi, wabaphumela evela eSeyiri, wanyampuza entabeni yasePharanu, weza ephuma ezigidini zendawo engcwele; ngakwesokunene sakhe kwavutha umlilo.


Ngokuba ngisho bona abasokayo nabo kabawugcini umthetho, kodwa bathanda ukuba nisoke, ukuze bazibonge ngenyama yenu.


UMose kaninikanga yini umthetho na? Nokho akakho kini ogcina umthetho. Nifunelani ukungibulala na?”


Izinqola zikaNkulunkulu ziyizinkulungwane ezingamashumi amabili, izinkulungwane nezinkulungwane; iNkosi iphakathi kwazo; iSinayi lisendaweni engcwele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite