Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 7:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Wabona umuntu ephathwa kabi, wamvikela, wamphindisela ohlushwayo, wambulala owaseGibithe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Kuthe ebona umuntu ephathwa kabi, wamvikela, wamphindiselela ocindezelweyo, wambulala owaseGibhithe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Ebona omunye ephathwa kabi, wamvikela, wamphindisela ocindezelweyo, wamshaya owaseGibithe;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ebona omunye ephathwa kabi, wamvikela, wamphindisela ocindezelweyo, wamshaya owaseGibithe;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 7:24
7 Referans Kwoze  

Usufuna ukungibulala nami, njengalokho ubulele owaseGibithe izolo na?’


Kwathi ngalezo zinsuku uMose esekhulile, waphuma, waya kubafowabo, wabuka imithwalo yabo; wabona owaseGibithe eshaya umHeberu, omunye wabafowabo.


Waphendukela ngalapha nangalapha; esebonile ukuthi akukho muntu, wambulala owaseGibithe, wamthukusa esihlabathini.


“Kuthe eseneminyaka engamashumi amane ezelwe, kwafika enhliziyweni yakhe ukuba abamele abafowabo, abantwana bakwa-Israyeli.


Ubethemba ukuthi abafowabo bayakuqonda ukuthi uNkulunkulu ubanika ukusindiswa ngesandla sakhe; kepha abakuqondanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite