Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 7:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UMose wafundiswa ukuhlakanipha konke kwabaseGibithe; waba namandla ngamazwi nangemisebenzi yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 UMose wafundiswa konke ukuhlakanipha kwabaseGibhithe, waba namandla ngamazwi nangemisebenzi yakhe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 UMose wafundiswa kukho konke ukuhlakanipha kwabaseGibithe, waba namandla ngamazwi nangezenzo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 UMose wafundiswa kukho konke ukuhlakanipha kwabaseGibithe, waba namandla ngamazwi nangezenzo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 7:22
6 Referans Kwoze  

Izikhulu zaseSowani ziyiziwula impela, nesiluleko sabaluleki abahlakaniphileyo bakaFaro siphendukile ubuwula; ningasho kanjani kuFaro ukuthi: “Mina ngiyindodana yabahlakaniphileyo, ngiyindodana yamakhosi asendulo,” na?


abafana abangenasici, ababukeka kahle, abanengqondo ekuhlakanipheni konke, abanolwazi ekwazini, abanokuqonda ekwazini, abanamandla ukukhonza endlini yenkosi, abafundise izincwadi nolimi lwamaKaledi.


Inkosi uSolomoni yaba nkulu kunawo onke amakhosi omhlaba ngengcebo nangokuhlakanipha.


Wayesethi kubo: “Zinto zini na?” Bathi kuye: “NgoJesu waseNazaretha obengumprofethi onamandla ngesenzo nangezwi phambi kukaNkulunkulu nabantu bonke,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite