Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 5:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 ngangokuba bakhiphela phandle emigwaqweni abagulayo, bababeka emacansini nasezinhlakeni, kuze kuthi lapho eza uPetru, isithunzi nje sakhe sisithibeze abanye kubo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 kangangokuthi baze bakhiphela phandle emigwaqweni abagulayo, bababeka emacansini nasezinhlakeni, ukuze kuthi lapho uPhethro edlula, isithunzi sakhe sibeleke abanye babo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 baze bakhiphela phandle abagulayo emigwaqweni, bababeka emibhedeni nasezinhlakeni, ukuze kuthi lapho uPetru edlula, sisibekele abanye kubo isithunzi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Baze bakhiphela phandle abagulayo emigwaqweni, bababeka emibhedeni nasezinhlakeni, ukuze kuthi lapho uPetru edlula, sisibekele abanye kubo isithunzi.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 5:15
8 Referans Kwoze  

Bamncenga ukuba bathinte nje umphetho wengubo yakhe; bonke abawuthinta basindiswa.


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Okholwa yimi, imisebenzi engiyenzayo mina naye uyakuyenza, nemikhulu kunale uyakuyenza; ngokuba mina ngiya kuBaba.


Ngokuba wayethi phakathi kwakhe: “Uma ngingathinta nje ingubo yakhe, ngizakusindiswa.”


Bagijimela kulo lonke lelo zwe, baqala ukuletha abagulayo ngezinhlaka, lapho bemuzwa ukuthi ukhona.


Kwabuthana nesixuku esivela emizini ezungeze iJerusalema, beletha abagulayo nabakhathazwa ngawomoya abangcolileyo; baphulukiswa bonke.


isikhathi sokubulala nesikhathi sokuphilisa, isikhathi sokudiliza nesikhathi sokwakha;


Kwathi lokho sekwenzekile, beza nabanye abasesiqhingini abanezifo, baphulukiswa,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite