Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 4:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Kepha abaningi kwabezwayo izwi bakholwa; umumo wamadoda waba kungathi izinkulungwane eziyisihlanu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Kodwa abaningi abalizwayo izwi bakholwa, babebalelwa emadodeni ayizi-5 000.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Kepha abaningi kwabezwayo izwi bakholwa; umumo wamadoda wawungathi izinkulungwane ezinhlanu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Kepha abaningi kwabezwayo izwi bakholwa; umumo wamadoda wawungathi izinkulungwane ezinhlanu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 4:4
10 Referans Kwoze  

Ngakho abalamukeleyo izwi lakhe babhapathizwa, kwenezelwa ngalowo muhla abantu kungathi izinkulungwane ezintathu.


Abanye baneliswa ngokwakhulunywayo, abanye abakholwanga;


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Uma inhlamvu kakolweni iwela emhlabathini ingafi, ihlala yodwa; kepha uma ifa, ithela izithelo eziningi.


Ngalokho ngiyakuyabela kanye nabakhulu, yahlukanise impango nabanamandla, ngokuba yawuthulula umphefumulo wayo ekufeni, yabalwa kanye nezelelesi; yathwala nokho izono zabaningi, yakhulekela aboni.


Kuyakuthiwa: ‘KuJehova kuphela nginokulunga namandla.’ ” Bayakufika kuye, bajabhe bonke abamvuthelayo.


Intonga yobukhosi ayiyikusuka kuJuda, nozime lokubusa phakathi kwezinyawo zakhe, aze afike yena olufanele lona; nezizwe ziyakumlalela.


bemdumisa uNkulunkulu, bethandeka kubantu bonke. INkosi yenezela ebandleni imihla ngemihla abasindiswayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite