Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 4:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 kepha bebona umuntu ophilisiweyo emi nabo, babengenakuphika lutho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 kodwa akukho ababengakuphika lapho bembona nomuntu ophilisiweyo emi nabo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Babona umuntu ophilisiweyo emi nabo, ababanga nakukuphika.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Babona umuntu ophilisiweyo emi nabo, ababanga nakukuphika.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 4:14
7 Referans Kwoze  

Ngakho lokhu lezo zinto zingephikwe, kufanele nithule, ningenzi lutho ngamawala.


Khona sebebalayile futhi babayeka, bengafumananga ukuthi bangabajezisa kanjani ngenxa yabantu, ngokuba bonke bedumisa uNkulunkulu ngalokho okwenzekileyo;


bathi: “Sizakubenzani laba bantu na? Ngokuba kusobala kubo bonke abakhileyo eJerusalema ukuthi isibonakaliso esiqhamileyo senziwe yibo, asinakukuphika.


makwazeke kini nonke nasesizweni sonke sakwa-Israyeli ukuthi ngegama likaJesu Kristu waseNazaretha enambethela esiphambanweni, amvusayo uNkulunkulu kwabafileyo, ngaye umi lo muntu phambi kwenu esindile.


Kwathi bebona isibindi sikaPetru noJohane, beqonda ukuthi bangabantu abangafundile, bayimifunda nje, bamangala; babazi ukuthi kade benoJesu;


Kodwa sebebayalile ukuba baphume emphakathini balulekana bodwa,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite