Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 3:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 egxuma, wema, wahamba, wangena nabo ethempelini, ehamba, egxuma, emdumisa uNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 yagxuma, yema, yahamba, yangena nabo ethempelini, ihamba igxumagxuma, imdumisa uNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Wasegxuma wema, wahamba, wangena nabo ethempelini, ehamba egxuma, edumisa uNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Wasegxuma wema, wahamba, wangena nabo ethempelini, ehamba egxuma, edumisa uNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 3:8
11 Referans Kwoze  

wathi ngezwi elikhulu: “Sukuma, ume ngezinyawo zakho.” Yayisigxuma, yahamba.


Khona unyonga luyakutshekula njengendluzele, nolimi lwesimungulu luyakuhuba, ngokuba ehlane kuyakubhoboka amanzi, nemifudlana kwahlongasibi.


“Thokozani ngalolo suku, nigxume; ngokuba bhekani, umvuzo wenu mkhulu ezulwini; ngokuba oyise babo benze njalo kubaprofethi.


Emva kwalokho uJesu wamfumana ethempelini, wathi kuye: “Bheka, uphilisiwe; ungabe usona, funa wehlelwe ngokubi kunalokho.”


Yayisibona khona lapho, yamlandela imdumisa uNkulunkulu, nabantu bonke bekubona bamnika uNkulunkulu indumiso.


Wayesembamba ngesandla sokunene, wamsukumisa; kwaqina masinyane izinyawo zakhe namaqakala,


Lowo muntu onomoya omubi wabadumela, wahlula ababili, wabanqoba, baze baphunyuka kuleyo ndlu behambaze, belimele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite