Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 3:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kuyakuthi wonke umuntu ongayikumlalela lowo mprofethi uyakuchithwa kubantu.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 “Kuyakuthi wonke umuntu ongayukumlalela lowo mphrofethi, abhujiswe kubantu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

23 Kuyakuthi wonke umuntu ongayikumlalela lowo mprofethi uyakuchithwa kubantu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kuyakuthi wonke umuntu ongayikumlalela lowo mprofethi uyakuchithwa kubantu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 3:23
15 Referans Kwoze  

Kuyakuthi yilowo nalowo ongayikulalela amazwi ami ayakuwakhuluma egameni lami, mina ngikufune kuye.


Ongalayo engawamukeli amazwi ami unomahlulelayo; izwi engalikhulumayo yilona eliyakumahlulela ngosuku lokugcina.


Uma ekhona ongafunyaniswanga elotshiwe encwadini yokuphila, waphonswa echibini lomlilo.


Bhekani, ningamali okhulumayo; ngokuba uma bengaphunyukanga labo ababemala lowo owabaxwayisa emhlabeni, kakhulu asiyikuphunyuka thina esimfulathelayo oxwayisa esezulwini,


Kepha thina asisibo abokuhlehlela ekubhujisweni, kodwa singabokukholwa, kuze kube ngukusindiswa komphefumulo.


Bayakhuleka kuso bonke abakhileyo emhlabeni, wonke ogama lakhe lingalotshwanga encwadini yokuphila yeWundlu elihlatshiweyo, selokhu kwasekelwa umhlaba.


thina siyakuphunyuka kanjani, uma sidebesela ukusindiswa okungaka na? – okwakhulunywa kuqala ngeNkosi, kwaqiniswa kithina yilabo abamuzwayo,


Ngakho-ke ngathi kini nizakufela ezonweni zenu; ngokuba uma ningakholwa ukuthi nginguye, nizakufela ezonweni zenu.”


Okholwayo abhapathizwe uyakusindiswa, kepha ongakholwayo uyakulahlwa.


Ngokuba yilowo nalowo muntu ongathotshiswa ngalolo suku uyakunqunywa kubantu bakubo.


Ngakho abalamukeleyo izwi lakhe babhapathizwa, kwenezelwa ngalowo muhla abantu kungathi izinkulungwane ezintathu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite