Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 28:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kwakukhona kuleyo ndawo izwe lesikhulu sesiqhingi, igama laso linguPhubiliyu; yena wasamukela, wasiphatha kahle izinsuku ezintathu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Kuleyo ndawo kwakukhona izwe lesikhulu sesiqhingi, igama lesikhulu kwakunguPhubhiliyu, sona sasamukela sasiphatha kahle; sahlala izinsuku ezintathu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Kulezo zindawo kwakukhona amasimu endoda enkulu yesiqhingi, ogama layo linguPhubhiliyu; owasamukela, wasamukela kahle izinsuku ezintathu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kulezo zindawo kwakukhona amasimu endoda enkulu yesiqhingi, ogama layo linguPhubhiliyu; owasamukela, wasamukela kahle izinsuku ezintathu.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 28:7
10 Referans Kwoze  

Abantu bakhona basiphatha ngobubele obungavamile, ngokuba babebasa umlilo, basamukela sonke ngenxa yemvula eyayisina nangenxa yamakhaza.


kulungiselwe futhi izilwane, ukuze bakhwelise uPawulu, bamyise kahle kuFeliksi umbusi,”


Kwathi uGaliyu engumbusi wase-Akhaya, abaJuda bamvukela uPawulu nganhliziyonye, bamyisa phambi kwesihlalo sokwahlulela,


owayekhona kumbusi wezwe uSergiyu Pawulu, umuntu onengqondo enhle. Yena wabiza oBarnaba noSawulu, wafuna ukuzwa izwi likaNkulunkulu.


Kepha babheka ukuthi usezakuvuvuka, nokuba awe phansi masinyane, afe. Kepha sebebheka isikhathi eside, bebona ukuthi akafikelwa ngozi, baphenduka bathi ungunkulunkulu.


Kepha uyise kaPhubiliyu wayelele phansi ephethwe ngumkhuhlane nembo; uPawulu wangena kuye, wakhuleka, wabeka izandla phezu kwakhe, wamphilisa.


ebongwa ngemisebenzi emihle, uma ondlile abantwana, uma engenisile izihambi, uma egezile izinyawo zabangcwele, uma esizile abahluphekayo, uma ekhuthalele umsebenzi wonke omuhle.


Ningakhohlwa ukungenisa izihambi ngokuba ngalokho abanye bangenisa izingelosi bengazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite