Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 28:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 basitusa ngokutusa okuningi; kwathi mhla simuka ngomkhumbi, basinika esikudingayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Basihlonipha kakhulu impela, kwathi mhla sihamba ngomkhumbi, basipha esikudingayo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 abasidumisile futhi ngokutusa okuningi; kwathi sesihamba, basithwalisa esikudingayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 abasidumisile futhi ngokutusa okuningi; kwathi sesihamba, basithwalisa esikudingayo.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 28:10
15 Referans Kwoze  

singafunanga nokutuswa ngabantu, nakinina nakwabanye,


UNkulunkulu wami uzakugcwalisa ukuswela konke kwenu njengokwengcebo yakhe ekukhazimuleni kuKristu Jesu.


Makabongwe uJehova uNkulunkulu wawobaba obeke enhliziyweni yenkosi ukuhlobisa indlu kaJehova eseJerusalema,


Wayesehamba uHazayeli ukumhlangabeza, wazithathela ngesandla sakhe izipho ezintweni zonke ezinhle zaseDamaseku, imithwalo yamakamela angamashumi amane, weza wema phambi kwakhe, wathi: “Indodana yakho uBeni Hadadi, inkosi yase-Aramu, ingithumile kuwe ngokuthi: ‘Ngiyakusinda kulesi sifo na?’ ”


obuka onengekayo ngokuzakumenyanya, kepha ebazisa abamesabayo uNkulunkulu; ofunga ngokuzakumlimaza, nokho angalaphuli izwi lakhe;


Kwathi lokho sekwenzekile, beza nabanye abasesiqhingini abanezifo, baphulukiswa,


Emva kwezinyanga ezintathu sase simuka ngomkhumbi wase-Aleksandriya owawudlulisa ubusika esiqhingini, uphawu lwawo lungolwamaWele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite