Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 27:44 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 nabaseleyo bafike, abanye ngamapulangwe, abanye ngezinye izinto zomkhumbi. Kanjalo-ke kwenzeka ukuba bonke baphumele emhlabathini besindile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

44 Ababesele balandele, abanye ngamapulangwe, abanye ngezinye izinto zomkhumbi. Kwenzeka kanjalo-ke ukuthi bonke baphumele emhlabathini bephephile.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

44 abaseleyo, abanye phezu kwamapulangwe, abanye phezu kweziqephu zomkhumbi. Kwasekusithi babaleka bonke, bafika emhlabathini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

44 abaseleyo, abanye phezu kwamapulangwe, abanye phezu kweziqephu zomkhumbi. Kwasekusithi babaleka bonke, bafika emhlabathini.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 27:44
8 Referans Kwoze  

Kepha manje senginiluleka ukuba nime isibindi, ngokuba akuyikufa muntu kini, umkhumbi kuphela.


yathi: ‘Ungesabi, Pawulu; umelwe ukuma phambi kukaKesari; bheka, uNkulunkulu ukuphile bonke abahamba nawe emkhunjini.’


Uma olungileyo esindiswa kalukhuni, uyakubonakalaphi ongamesabi uNkulunkulu noyisoni na?


uPawulu wathi enduneni yekhulu nasemabuthweni: “Uma laba bengahlali emkhunjini, ningesindiswe nina.”


“Ngokuba bheka, ngiyakuyaleza, ngizulazulise indlu yakwa-Israyeli phakathi kwabo bonke abezizwe, njengalokhu kuhlungwa ngesihlungo, kepha akuyikuwela nembewu eyodwa emhlabathini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite