Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 27:43 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 kepha induna yekhulu ithanda ukusindisa uPawulu yawavimbela enhlosweni yawo, yayala ukuba labo abakwazi ukuhlamba baziphonse kuqala emanzini, bafike emhlabathini,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

43 kodwa induna yekhulu ithanda ukusindisa uPawula yawavimba enhlosweni yawo. Yayaleza ukuba labo abakwaziyo ukuhlamba baziphonse kuqala emanzini, baze bafike emhlabathini.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

43 Kodwa induna yekhulu ithanda ukusindisa uPawuli, yabavimba enjongweni yabo; walaya ukuthi labo abakwaziyo ukubhukuda baziphonse kuqala elwandle, baye emhlabathini;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

43 Kodwa induna yekhulu ithanda ukusindisa uPawuli, yabavimba enjongweni yabo; walaya ukuthi labo abakwaziyo ukubhukuda baziphonse kuqala elwandle, baye emhlabathini;

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 27:43
8 Referans Kwoze  

Ngangomuso safika eSidoni; uJuliyu wamphatha kahle uPawulu, wamvumela ukuba aye kubahlobo bakhe, ahlunyelelwe.


Lapho izindlela zomuntu zimthokozisa uJehova, uzenza nezitha zakhe ukuba zihlalisane kahle naye.


ngashaywa kathathu ngezinduku, ngakhandwa kanye ngamatshe, kathathu ngalinyalelwa umkhumbi, ngaba semanzini olwandle ubusuku bunye nemini;


Kepha induna yekhulu yethemba umshayeli womkhumbi nomniniwo kakhulu kunalokho okwakhulunywa nguPawulu.


kulungiselwe futhi izilwane, ukuze bakhwelise uPawulu, bamyise kahle kuFeliksi umbusi,”


Kwathi sekuvele isiyaluyalu esikhulu, induna yenkulungwane yesaba ukuba uPawulu angadwengulwa yibo, yayala impi ukuba yehle imhlwithe phakathi kwabo, imyise ekamu.*


uPawulu wathi enduneni yekhulu nasemabuthweni: “Uma laba bengahlali emkhunjini, ningesindiswe nina.”


Kepha amabutho ayehlosa ukubulala iziboshwa, funa ezinye zibaleke ngokuhlamba;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite