Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 27:41 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Batheleka endaweni enolwandle nxazombili, baqhubela umkhumbi kuyo, inhloko yomkhumbi yagxumekeka, yema ingenakunyakaziswa, kepha ingasemuva laphulwa ngamandla amaza.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

41 Kepha bafika endaweni enolwandle nxazombili, umkhumbi waphahlazeka. Inhloko yawo yagxumekeka, yema, ayaze yanyakaza, kodwa ingemuva lephulwa ngamandla amaza.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

41 Sebefikile endaweni lapho kuhlangana khona ulwandle olubili, umkhumbi waguqa; ingaphambili lanamathela, lahlala lingenakunyakaziswa, kepha ingemuva laphuka ngamandla amaza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

41 Sebefikile endaweni lapho kuhlangana khona ulwandle olubili, umkhumbi waguqa; ingaphambili lanamathela, lahlala lingenakunyakaziswa, kepha ingemuva laphuka ngamandla amaza.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 27:41
11 Referans Kwoze  

Abagwedli bakho bakuyisa emanzini amaningi; umoya wasempumalanga wawusukwaphula usenhliziyweni yolwandle.


sebe sikhuphulile basebenzisa izinto zokusiza, bawuzongolozela umkhumbi ngezintambo; kuthe besaba ukuthi bazakukhahleleka eSirti, behlisa izindwangu zomkhumbi, baqhutshwa kanjalo.


Ngesikhathi sokwaphulwa kwakho ngamanzi ekujuleni kolwandle impahla yakho naso sonke isixuku sakho kwawela phakathi kwakho.


U-Eliyezeri indodana kaDodavahu waseMaresha waprofetha ngoJehoshafati ngokuthi: “Ngenxa yokuba uzihlanganisile no-Ahaziya, uJehova uyakudiliza imisebenzi yakho.” Yaphuka-ke imikhumbi, yathiyeka ukuya eTharishishi.


UJehoshafati walungisa imikhumbi yaseTharishishi ukuba iye e-Ofiri ukulanda igolide, kepha ayihambanga, ngokuba imikhumbi yaphuka e-Esiyoni Geberi.


Abomkhumbi sebefuna ukubaleka emkhunjini, behlisela isikebhe elwandle ngokungathi bazakuphonsa amahange* enhlokweni yomkhumbi,


Banquma amahange* bawashiya elwandle, bathukulula futhi izintambo zamaphini okuqondisa, baphakamisela emoyeni indwangu ephambili, baqonda ogwini.


Kepha amabutho ayehlosa ukubulala iziboshwa, funa ezinye zibaleke ngokuhlamba;


Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo, yibani ngabagxilile, abangaxegiyo, abavame njalo emsebenzini weNkosi, nazi ukuthi ukusebenza kwenu akusilo ize eNkosini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite