Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 27:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 kodwa umkhumbi usududulwa ungasenakubhekana nomoya, sayeka saqhutshwa nje.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 sazithola sesiphakathi kwaso, kwathi ngenxa yokuthi umkhumbi wawungasalawuleki ngoba ubhekene nomoya, sawudedela wadudulwa ngumoya.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Kwathi umkhumbi wabanjwa, wehluleka ukumelana nomoya, sawuyeka.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Kwathi umkhumbi wabanjwa, wehluleka ukumelana nomoya, sawuyeka.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 27:15
4 Referans Kwoze  

Bhekani nemikhumbi, ingaka nje, iqhutshwa yimimoya enamandla, iqondiswa ngephini elincinyane, lapho umshayeli efuna ukuyiqondisa khona.


Kwathi ukuba kufike ubusuku beshumi nane sisazulazuliswa elwandle lwase-Adriya phakathi kobusuku, abomkhumbi bacabanga ukuthi bayasondela ezweni elithile.


Kepha emva kwesikhathi esingeside kwavuka kwehla kulo umoya oyisivunguvungu othiwa i-Ewurakiloni;


Kwathi sigudla ngenzansi kwesiqhingana esithiwa iKlawuda, sabamba isikebhe kalukhuni;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite