Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 27:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kuthe iningizimu isaphephetha kahle, bacabanga ukuthi sebetholile ababekuqondile, bakhuphula ihange,* bagudla iKrethe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Kuthe lapho iningizimu isiheleza kahle, bacabanga ukuthi inhloso yabo isifezekile, base bekhuphula ihange, bagudla iKhrethe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Kuthe umoya waseningizimu uphephetha kancane, bathi sebekuzuzile ababekuhlosile, basuka lapho, bagudla iKrethe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kuthe umoya waseningizimu uphephetha kancane, bathi sebekuzuzile ababekuhlosile, basuka lapho, bagudla iKrethe.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 27:13
10 Referans Kwoze  

Futhi nxa kuphephetha iningizimu, nithi: ‘Lizakubalela,’ kube njalo.


Vuka, moya wasenyakatho, uze wena Ningizimu, uphephethe ensimini yami, ukuze amakha ayo athaphuke; othandiweyo wami makangene ensimini yakhe, adle izithelo zayo ezinqabileyo.


Waphumisa umoya wasempumalanga ezulwini; ngamandla akhe waqhuba umoya waseningizimu.


wena ozingubo zakho zifudumala, lapho ethulisa umhlaba ngeshisandlu, na?


nabaJuda namaproselite,* abaseKrethe nabase-Arabiya, siyabezwa bekhuluma ngezilimi zakithi ngemisebenzi emikhulu kaNkulunkulu.”


sagudla lona kalukhuni, safika endaweni ethile ethiwa Matheku Mahle; eduze nayo kukhona umuzi waseLaseya.


Njengokuba itheku lalingalungile ukuhlala khona ebusika, iningi labo laluleka ukuba kusukwe khona, mhlawumbe kwenzeke ukuba bafinyelele eFeniksi, itheku laseKrethe elibheke entshonalanga yaseningizimu nasentshonalanga yasenyakatho, bahlale khona ebusika.


Sekuyisikhathi eside bengasadli lutho, uPawulu wasukuma phakathi kwabo, wathi: “Madoda, ngabe nalalela mina, kanamuka eKrethe, naphepha kule ngozi nakulokhu kuchithakala.


Ngakushiya eKrethe ngenxa yalokhu ukuba uhlele okusaseleyo, umise amalunga emizini yonke, njengokuba ngakuyala,


Omunye kubona, umprofethi wakubo, washo wathi: “AbaseKrethe bangabaqambimanga njalo, izilwane ezimbi, iziminzi ezivilaphayo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite