Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 26:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 bengazi kwasekuqaleni, uma bethanda ukufakaza ukuthi ngangihamba ngehlelo eliqinileyo lenkonzo yakithi ngingumFarisi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Bengazi kwasekuqaleni, uma bethanda ukufakaza ukuthi ngangihamba ngehlelo eliqinileyo lenkonzo yakithi ngingumFarisi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 ababengazi kwasekuqaleni, uma befuna ukufakaza, ukuthi ngokwehlelo eliqine kakhulu lenkonzo yethu ngahamba ngingumFarisi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 ababengazi kwasekuqaleni, uma befuna ukufakaza, ukuthi ngokwehlelo eliqine kakhulu lenkonzo yethu ngahamba ngingumFarisi.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 26:5
7 Referans Kwoze  

Kepha kwathi uPawulu azi ukuthi enye inxenye yabo ingabaSadusi nenye ingabaFarisi, wamemeza emphakathini, wathi: “Madoda, bazalwane, ngingumFarisi mina, ngiyindodana yabaFarisi; ngimangalelwa ngethemba nangokuvuka kwabafileyo.”


“Mina ngiyindoda engumJuda, ngazalwa eTarsu laseKhilikhiya, kodwa ngakhulela kulo muzi, ngafundiswa ngasezinyaweni zikaGamaliyeli ngesineke ngomthetho wawobaba, ngashisekela uNkulunkulu njengokuba nonke ninjalo namuhla;


“Ngokuba le ndoda siyifumene iyishinga ivusa ukwambuka phakathi kwabaJuda ezweni lonke, iyinhloko yehlelo lamaNazaretha,


njengokuba nompristi omkhulu ufakaza ngami namalunga onke; ngamukela kubo izincwadi ezilotshelwe abazalwane, ngaya eDamaseku ukuba nababe khona lapho ngibayise eJerusalema beboshiwe, ukuze bajeziswe.


Kepha ngiyavuma lokhu kuwe ukuthi ngeNdlela abathi iyihlelo ngiyamkhonza ngokunjalo uNkulunkulu wawobaba, ngikholwa yikho konke okulotshiwe emthethweni nakubaprofethi;


Kepha kwasukuma abathile behlelo labaFarisi abakholwayo, bathi kumelwe ukuba basokwe, bayalwe ukugcina umthetho kaMose.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite