Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




IzEnzo 26:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Kepha u-Agripha wathi kuFestu: “Lo muntu ngabe ekhululiwe, uma ebengalidluliselanga kuKesari.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Kepha u-Agripha wathi kuFestu: “Lo muntu ngabe simkhululile ukuba icala akaledluliselanga kuKhesari.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 U-Agripha wayesethi kuFestu: “Lo ngabe ukhululiwe, uba ubengalidluliselanga kuKesari.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 U-Agripha wayesethi kuFestu: “Lo ngabe ukhululiwe, uba ubengalidluliselanga kuKesari.

Gade chapit la Kopi




IzEnzo 26:32
6 Referans Kwoze  

wona esengihlolile afuna ukungikhulula, ngokuba kungekho cala kimi lokuba ngife;


Kepha mina ngabona ukuthi akenzanga lutho olufanele ukuba afe, kodwa ngenxa yokudlulisela kwakhe kuKesari ngazinqumela ukumthuma.


INkosi yayisithi kuye: “Hamba, ngokuba lo uyisitsha sami esikhethiweyo sokuphatha igama lami phambi kwabezizwe, namakhosi, nabantwana bakwa-Israyeli,


Kepha sekuphelile iminyaka emibili, uFeliksi walandelwa nguPorkiyu Festu; kodwa uFeliksi efuna ukubongwa ngabaJuda washiya uPawulu eboshiwe.


kepha abaJuda bekuphikisa, ngacindezelwa ukuba ngilidlulisele kuKesari, kungesikho ukuthi ngisimangalela isizwe sakithi ngalutho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite